USimphiwe Lamula ongumculi we Hip Hop
USimphiwe Lamula (20) odume ngelika Meddiey Gold ongumculi we Hip Hop afrobeat,ngokuhlala ungowase Pietermaritzburg endaweni yakwaSwayimane estezi.
USimphiwe Lamula (20) odume ngelika Meddiey Gold ongumculi we Hip Hop afrobeat,ngokuhlala ungowase Pietermaritzburg endaweni yakwaSwayimane estezi.
Iqembu lomculo kaCothoza lenze okuhlokomise ihholo ebeligcwele izethameli libiza usihlalo we CCFISA uThokozani “Tzozo” Zulu emva kokuqeda ukwethula albhamu.
Iqembu lomculo kaCothoza I United Brothers lethule ngokusemthethweni icwecwe lalo elisha ngomhlaka 14 October 2023 eNkwali Community Hall. Lo Mcimbi ubuphethwe umsakazi u Asanda Mamfundisi kanye no Phunyuka weMbewu.
Inhlangano yabasifaze ezoqhakambisa ukumeleleka nasekubhekeleleni kwabesifazane emikhakheni eyehlukene yethulwe ngokusemthethweni Kwa Zulu Natal eThekwini amahhovisi eKZN Music House mgomhlaka 15 October 2023.
SHEILA MHLONGO
Phinda Zungu (20) odume ngelika ProMax Music owenza umculo we Gqom Tech, afro House kanye namAmapiano, uzalelwe eMlazi esigcemeni sakwa H kanti namanje utholakala khona.
ULungelo Khumalo (20) odume ngelika Da Panisha owenza umculo we Hip Hop ungowokuzalwa eChatsworth, Bayview eThekwini kodwa manje usetholakala e Welbedutch East.
Umculi osakhula kwindima kaMaskandi uSphesihle Mthembu ufike kwamnyama inkundla kumcimbi wamaskandi obizwa ngo Ugu Maskandi Festival ngomhlaka 30 September 2023.
Izithombe ziyixoxa kahle indaba lapho sibona osaziwayo abadumile emikhakheni eyehlukene kusukela kwezepolitiki, ezamabhizinisi, abezindaba, abelaphi bendabuko, ezenkolo kanye neminye imikhakha ebalulekile emphakathini.
UPhumlani Ngwane (22) ohlala endaweni yase Lindelani KwaNdlanzi ,oqale ngonyaka odlule 2021 ukumodela wangena umncintiswane wa Mr and Miss Dream Chasers KZN wazitholela isicoco sa Mr Dream Chasers Ambassador ne Charity Winner emva kwalokho uthi uvele waba nothando olukhulu lwalomkhakha wokumodela njengoba esephinde wangenela koka Mr and Miss Ethekwini Municipality Role Model nakhona uthi ubezimisele kakhulu ukuhlabana ngaso lesi sicoco asizuzile njengoba egcine enqobile kwaba uyena uMister Ethekwini.
UNokubongwa Sikhakhane(20)ongumkhangisi wemfashini kanye noZime, ungowokuzalwa eGreytown endaweni uthi uqale ukuba nguzime ngonyaka ka2017 esafaunda amabanga aphansi.