U-Anisa Mthembu aka Annylove oyiMC Presenter ufisa ukukhula endimeni yezokuhlelwa kwemicimbi
U Anisa Mthembu (26) aka Annylove onguMhleli wemicimbi kanye noMphathi wayo (Presenter and MC), ungowokuzalwa eMkhomazi okulapho waqala khona imfundo yakhe yamabanga aphansi kwaze kwaba imfundo ephakeme.

