Kukhonye abesifazane bebungaza usuku lwabo eMgababa

NKOSIE NTOMBELA

Inhlangano engenzi nzuzo eholwa uNkosazana Sdu Ndaba yaseMgababa I Yellow Beez ibihlele umgubho wabesifazane ngoMgqibelo mhlaka 12 August 2023.Lo mgubho bekungowokuqala ngqa kulendawo ohlanganise abasifazane bezobungaza inyanga yabo.Okuhlalukile kulombuthano abesifazane bacobelelene ngamaqhinga okuqala amabhizinisi namacebo okuzithuthukisa kakhulukazi intsha yesifazane njengoba bonke abanamabhizinisi banikwe ithuba lokuzikhangisa besho nokuthi baqale kanjani becija abanye.

Continue reading

kuqhubeka kahle kakhulu  ukuvotelwa kwamaCiko kowe KZN Namuhla Artists Awards 2023

Kuqhubeka kahle kakhulu ukuvotelwa kwamaCiko emncintiswaneni weKZN Namuhla Artisits Awards 2023. Ukuvotelwa kwamaCiko ngendlela yeSMS kusukela ekuqaleni kwenyanga kaJulayi, kanti kuzophothulwa ekupheleni kwenyanga evikini lesibili kuSepthemba, lapho kobe sekuqala uhlelo lokubalwa kwamavoti sekulungiselwa ukubanjwa komcimbi wokuklonyeliswa kwawo amaCiko ngokwezigaba ezahlukene, nokuhlelwe ukuthi kube ngeSonto lomhlaka 24 Septhemba eBat Centre eThekwini..

UNompumelelo ongumculi we Gospel ufisa abalandeli bamvotele kowe KZN Namuhla Artist Awards 2023

UNompumelelo Sthembile Nzima (33) Owaziwa Ngelika Sharon Intombi Ye Coloured udabuka eNewcastle kwaZulu Natal E-Newcastle ungumculi We Gospel, Maskandi, Namapiano aphinde abe umbhali nomqambi wezingoma kanye nomsakazi owenza (voice over artists) uqale umculo esemncane emasontweni ngenxa yothando lomculo wayezibona umculo kungaba into angaphila ngayo.

Continue reading