Abawuvali umlomo abantu baseMpangeni ngeMaccosy Training yodumo

SIBUSISO MAMBA

IMaccosy Training Centre edume kakhulu eThekwini nasePMB ngokuhleleka, nokuthembeka, nangokuvulela abantu amathuba emisebenzi ibonakala ikhula ngesivinini njengoba sebeyatholakala nasedolobheni laseMpangeni.

 Lesikhungo esifundisa abantu amashort Course sisebenzisana namaHhotela  aphezulu eKZN naseGoli, sebenamaBranch amathathu kanti bathi basozoqhubeka nokusiza abantu, IManager yakhona uCharlotte esixoxe naye izolo, ubabaze uthando oluvela kubantu iKZN yonke ngenxa yesupport ababanike yona yonke leminyaka, ubebonakala ejabule ngisho ebusweni uma echaza ngeMaccosy Training. Bebeqeda u10 years ekusizeni abantu nasekuvuleleni abantu iminyango yempumelelo, badume kakhulu ngokwenzisa abantu amaPracticals emahhotela, baphinde babalekelele ngemsebenzi ngoba bane Recruiting Agency yabo ngaphakathi.

Ithe abantu baseMpangeni bakhombise ukubathakasela bafike ngobuningi babo bezozibonela lesikole esigila izimanga, kanti babajabusile abantu babo ngezaphulelo zika50% Kade bevula iBranch yabo entsha sha, bephinde beqeda u10 years be kulendima, mhlaka 12 September 2022 bathe basaqhubeka nokusiza abantu nge-Experience noma umnotho waseSouth Africa uxega kodwa bona basazobasiza abantu abadinga usizo ngoba bazama ukunciphisa ubugebengu obudalwa imisebenzi engekho eSouth Africa. Babonge uNkulunkulu ngokubapha amandla okubekezela Siyabonga uJehova ngokusithemba kwakhe ukuthi sivule iminyango yabantu angeke simiphoxe nje nakancane ngoba amandla siwanikwa wuye, kuchaza lentokazi yakwaNtsele ngenkulu injabulo.

 Bakhona eThekwini, PMB naseMpangeni, bathembise ukuqhubeka bavule amanye amaBranch nangaphandle kweKZN maduze nje kanti nezindawo zokuhlala abafundi abasuka kude banazo .

Nazi izinumber ongabathola kuzo mona ufonele iCall Centre yabo: 087 152 0495/ 076 529 1328, website: Www.maccosygroup.co.za noma uzifikele qathatha emaHhovisi wabo bahlezi bevulile kusuka ngo8:30am kuya ku2:30pm: baWhat’sApp bakunike amadirection batholakala phakathi emadolobheni kanti bakhona nakuwo wonke amaSocial Network, @Maccosy Training ,ubuke kahle imisebenzi yabo emihle abayenzayo.

 AmaCourse abawafundisayo yilawa: Chef, Waitron, Cashier, Computer, Front Desk Operator, Merchandising, Batenders namanye bathe sebe qalile nokubhalisela  u2023, Maccosy Training: ‘Education is Victory’ isiqubulo sabo ukuhleleka nokwethembeka kwabo yikho okubadalele ugazi kakhulu kubantu naseKZN.