I-Restoration Ministries ikhuthaze abafundi ukukhetha izifundo abazozenza kusanesikhathi

Ibandla iRestoration Ministries eliseSiphingo bahlele i-career day lapho bebehlanganyele khona nabazali, abafundi baka grade 10, 11, 12, nasebephothulile ugrade 12 ngokulekelelwa izikhungo zemfundo ephakeme esingabala kuzo. PC Training, Coastal Tvet College, Ukzn, Cao, ukuzokhuthaza abafundi ngokukhetha izifundo kusanesikhathi kanjalo nokumele bakuqikelele kakhulu ukuze bathole izikhala ezikhungweni zemfundo ephakeme.

Continue reading