Asihlale siqwashile mayelana namaLungelo ethu singabantu

Njengoba  siphetha lenyanga yamaLungelo Abantu kuzobaluleka ukwazi  ukuthi indaba yamaLungelo Abantu yaqala ukugqama ngemuva kokuthi elakuleli laba ngaphansi kombuso weNtando Yeningi okuyinqophamlando eyenzeka ngesikhathi zonke izakhamuzi zakuleli ngokwehlukana kwazo zithola ilungelo elifanayo lokuthi zikwazi ukuvotela uhulumeni ezikholelwa uyena ngonyaka ka 1994.

Continue reading

Isiqalile iGospel Icon Discovery Auditions ehlelwe uMasipala weTheku

Umncintiswano kuthungathwa ithalente weGospel Icon Discovery (GID) usubuyile. Abaculi bevangeli abasafufusa bayakhuthazwa ukuthi bahambele inhlolokhono eqale kusukela ngomhlaka-26 kuMashi kuya kuMhlaka 23 Ephreli ezindaweni ezahlukene ngaphansi kwaMaspala weTheku. Kulonyaka kuzobe kungunyaka wesi-10 i-GID yaba khona, kanti iwu mncintiswano okuhloswe ngawo ukuvundulula ithalente labaculi bokholo abasafufusa.

Continue reading