UMasipala weTheku uphume umkhankaso wokuhlola izitolo ezithengisa ukudla
UPhiko lwezeMpilo kuMasipala weTheku lihambisana nezinhlanka ezahlukene liphume umkhankaso lihambela izitolo ezisaPinetown kanye nase Bambayi ngenhloso yokuhlola ukuthi ingabe imigomo yokuphathwa kokudla kanye neyezokuphepha iyalandelwa yini.

