Kuzobe kuboshelwe izingwazi kwezomculo kowe Mbokodo Festival
Iziqwe Productions, inkampani eyenza imicimbi yezinto ezehlukahlukene kwezasesiteji kanye nemisebenzi yezandla, ezinze KwaZulu-Natali.
Iziqwe Productions, inkampani eyenza imicimbi yezinto ezehlukahlukene kwezasesiteji kanye nemisebenzi yezandla, ezinze KwaZulu-Natali.
MINENHLE MHLONGO Uthabang Malaza (21) ongumculi aphinde abe umlingisi ozalelwe wakhulela endaweni yase Goli e Bronkoskorstpruit oqale ukucula nokulingisa ngonyaka…
Intokazi esencane enekhono elimangalisayo lokumodela uAnele malunga (14) wase Lindelani esigcemeni sakwaD owangena kulomkhakha ngo 2022 nokwathi eqala nje wabe esekhala emuka nendondo yakhe yokuqala ye Philantropist.
SHEILA MHLONGO UMasipala weTheku uyaqhubeka nokugasela amabhizinisi ngaphansi komkhankaso owaziwa nge Operation Good Hope. Lomkhankaso uyingxenye yokuqhuba ukulethwa kwezidingo kubantu…
Uhulumeni welule isikhathi sesibonelelo se COVID-19 Relief Distress (SRD Grant)kuze kube uMashi 2025.
Njengoba sekusondele isikhathi samaholidi okuphela konyaka, abeRoad Traffic Management Corporation (RTMC), okuyibo ababhekele ukugcinwa komthetho, sebekhiphe isitatimende esixwayisa amaPhoyisa omgwaqo ukuthi angalokothi alingeke ngokugwazisa izephulamthetho emgwaqeni ngoba uphiko lwe anti corruption luzobe lusezithendeni zawo amaphiyisa.
Kumbhidlango wokuqeda indlala, u-Tongaat Hulett usebenza ngokubambisana nabesimame abakhiqiza ukudla abangu-mfelandawonye. Lokhu kusebenza ngokubambisana sekulekelele lamalungu e-project ukuthi akwazi ukondla imindeni yayo baxoshe ikati eziko.
Intokazi yakuleli enguMiss Universe South Africa uBryoni Govender uzobe edlana umlala nezinye izintokazi eziphambili emncintiswaneni ka Miss Universe 2023 ozobe uqhubeka El Salvador. ngoMgqibelo womhlaka 18 Novemba 2023
Njengoba abantu abaningi baseNingizimu Afrika befuna izixazululo ezithengekayo nezithembekile zikagesi welanga ukuze bavikele amakhaya abo namabhizinisi ekucimeni kukagesi, iNedbank yethule isethi yayo yokuqala yamaphakheji ezimali elanga ahamba phambili ezimakethe atholakala kusizindalwazi sabo se-Avo Solar.