UNondumiso Dladla owenza lonke uhlobo lomculo ufisa umculo wakhe ufinyelele kuzozonke izindawo udlalwe nasemsakazweni

UNondumiso nomcebo DLADLA (22) odume ngelika Candysa, kanti ibrand name yakhe uNdumersh owenza izinhlobo ezahlukene zomculo, ngokuhlala ungowase, Webeldatch East, eChatsworth. Ungene endimeni yobuciko ngonyaka ka 2016 esafunda amabanga aphansi.

Okwamanje usadedele ingoma eyodwa ezinkundleni zokuxhumana (online) kanye nevideo. Lentokazi ingumuntu, onethalente kakhulu, kodwa eswele uxhaso ukuze ifeze amaphupho ayo okuthi ikwazi ukwenza imarketing ezokwazi ukwenza umculo wayo ufinyelele kubantu abaningi, kanye nokuthi udlalwe ngisho emisakazweni kanye nakomabonakude(TV).

Umculo wakhe uyatholakala kuwo wonke ama digitals ezingoma, TikTok, YouTube and Facebook inombolo atholakala kuyo 0827611863, Facebook (Nondumiso Nondumiso) Instagram (Candysa)

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *