Ulokhu uqhubeke njalo umkhankaso we Operation Good Hope ezindaweni ezakhele idolobha laseThekwini ngenhloso yokulungisa nokuphuthumisa ukuhajiswa kwezindingo kubantu kanye nokuhlolwa kwamabhizinisi ukuthi ukuqinisekisa ukugcinwa kwemithetho, kuphinde kukhishwa izincwadi zokuxwayisa lawo angahambisi kahle njengokwemithetho ebekiwe.
Uyaqhubeka umkhankaso we Operation Good Hope ezindaweni zaseThekwini

