Uyaqhubeka umkhankaso we Operation Good Hope ezindaweni zaseThekwini
Ulokhu uqhubeke njalo umkhankaso we Operation Good Hope ezindaweni ezakhele idolobha laseThekwini
Ulokhu uqhubeke njalo umkhankaso we Operation Good Hope ezindaweni ezakhele idolobha laseThekwini
UMkhandlu weTheku ulokhu uqhubeke njalo nokuhlangana namalunga omphakathi ukulungisa inkinga yamanzi ezindaweni eziningi ezakhele idolobha
Lelibhul oho lasendawni yaseThelimyama laguguleka ngesikhathi kunezikhukhula ngonyaka owedlule. IMeya yeTheku, uKhansela Mxolisi Kaunda, iphelezelwa yikhansela lakuWadi 15, uKhansela Thembelani Shezi, uKhansela uBheki Mngwenge namuhla ngomhla ka-2 Febhuwari, bethule usonkontileka ozokwenza lo msebenzi.
ENingizimu Afrika, izinkulungwane zoFakazi bakaJehova ziye zafunda isiXhosa ukuze zizoxoxa nabaningi abangathanda ukuzwa umyalezo onikeza ithemba. Lomkhankaso okhethekile uzobe usesifundazweni sase-Eastern Cape, uzoqala ngoJanuwari 29 kuya kuMashi 11, 2024.
NAKUBA intuthuko ivamise ukugqoza, ize ngesivinini sonwabu, kodwa okwenzeka kuMasipala waseNdwedwe kwehlukile, kulandela ukuphendulwa kwesoyi, lapho kuzokwakhiwa inxanxathela yezitolo
KUNZIMA kubafundi nothisha baseMthubi Primary School, kwaVutha, eMaphephetheni, kulandela ukulimala kwebhuloho, ukuvuleka komfula uMthubi ubesamgodi, okwenza kube nzima ukuwela.
Lokhu kudalwe ukuhlasela kwezikhulukhula ezenzeka ngale nyanga kaMasingana (January).
AbeSouth African National Road Agency SOC Limited (SANRAL) sebekhiphe isitatimende lapho bexwayisa khona abashayeli bezimoto mayelana nemigoqo kakhonkolo ezobekwa kuthelawayeka uN3 njengengxenye yokulungiswa kabusha kwalomgwaqo.
BEKUSEQHULWINI ukuthuthukiswa kwezemfundo nokuthuthukiswa kwentsha ngesikhathi kwethulwa imanifesto yenhlangano yezepolitiki iRise Mzansi, eyakhiwe ngokuhlanganisa imibono yabantu baseNingizimu Afrika.
Kumenzele ugazi ukungancethezi nokusebenza njengengcithabuchopho uMnu Arthur Thamsanqa Ntuli oqokelwe kwesokuba nguNdunankulu waKwaZulu-Natali ngaphansi kweqembu-Inkatha Freedom Party (IFP). Okuyikho okwenze aqokwe ngo-elethu, ngenxa yemisebenzi yakhe ethathe leli qembu yalibeka kwibalazwe, wakwazi nokugwinya amanye amawadi enhlangano endaweni ebiyaziwa njengesizinda seqembu elibusayo.
ngenxa yokuthi kuthe uma zihlolwa kwatholakala ingakulungele ukuthengiswa ngenxa yesithako se Aflatoxin okutholakale ukuthi singaphezu kwalokho okufanele impilo yomuntu.