Umunyu kushona owesilisa ogwazwe yisoka lentombi yakhe
Usakhungathekile umndeni wowesilisa(23) wase Zingolweni,eNingizimu ne Kwa-Zulu Natal ogwazwe obeyisoka lentombi yakhe washona ngoLwesithathu lomhlaka 14 Febhuwari okuwusuku lwe Valentine’s Day.
Usakhungathekile umndeni wowesilisa(23) wase Zingolweni,eNingizimu ne Kwa-Zulu Natal ogwazwe obeyisoka lentombi yakhe washona ngoLwesithathu lomhlaka 14 Febhuwari okuwusuku lwe Valentine’s Day.
Osanda kuqokelwa kwesobuNdunakulu kaZulu uMntwana uThulasizwe Buthelezi, wethule ngokusemthethweni umhlahlandlela
NJENGENGXENYE yemi- zamo yokubuyisela amanzi esimweni esifanele ePhoe- nix, kuWadi 39, ithimba likaMasipala loPhiko lwe- zaManzi nezeNhlanzeko lisebenza ngokuzikhandla ukushintsha amapayipi e-asbestos akhona af-
aka awe-MPVC. Inhloso yalokhu ukuthuthukisa izinga nomfutho wamanzi nokunciphisa ukuqhuma njalo kwamapayipi.
ITHEKU lenza um- khankaso wokufundisa nokuqwashisa abantu ngamanzi amoshekayo engakafiki kumakha-
simende, lokhu likwenza ngokubambisana noMn- geni-uThukela, ukugqugq- uzela umphakathi ukuthi wonge amanzi.
Inhlangano iMeda Media Development and Diversity Agency (MDDA) isikhiphe isitatimende esixwayisa umphakathi wakuleli mayelana nesikhangiso esingelona iqiniso sokuthi lenhlangano inesikhala somsebenzi esimayelana neEnterprise Risk Management Specialist.
Kusaqhubeka ukuthuthukiswa nokubekwa eqhulwini ukulethwa kwezidingongqangi eThekwini. Ithimba lomkhankaso we-Operation Good Hope elihlanganisa izinhlaka ezahlukene belisanda kuvakashela esigcemeni sakwa-H eMlazi ukuzobhekana nezinselelo zakule ndawo
UMasipala weTheku, ngaphansi kohlelo lweMayoral Youth Development Office, olumayelana nezokuthuthukiswa kwentsha luqale ngempumelelo umkhankaso we Back to School ka 2024.
Njengoba iNingizimu Afrika ilungiselela ukhetho lukazwelonke kanye nolwezifundazwe, abe- Independent Electoral Commission (IEC) sebekhiphe uhla lapho beshicilele khona izihlalo eziyothathwa amaqembu ezepolitiki kwiziShayamthetho ezifundazweni. Loluhlu lukhishwe ngoLwesihlanu lomhlaka 16 Febhuwari 2024.
UDuduzane Zuma (40) oyindodana yalowo owabe enguMengameli wezwe uMnu. Jacob Zuma, ulaxaze phansi iqembu leANC maqede wazisungulela elakhe aliqambe ngokuthi All Game Changers(AGC)
UNgqongqoshe wezeMpilo kuzwe lonke uDktl. Joe Phaahla usekhiphe isitatimende lapho ethembisa khona ukuthi bewumnynago benza konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi baqasha odokotela abangasebenzi abafisa ukusebenza ezikhungweni zikahulumeni.UNgqongqoshe uthembise ukuthi ukuqashwa kodokotela kuzoqala ngomhlaka 1 Ephreli 2024.