Kugaselwe emabhizinisini aseMgababakwashaqwa impahla edlulelwe isikhathi

Iziphathimandla zikaMasipala weTheku zigasele amabhizinisi asendaweni
yaseMgababa ku Wadi 98 lapho zifike zashaqa impahla ebisidlulelwe yisikhathi
kwahlawuliswa nabanikazi bezitolo abatholakale bengenawo amalayisensi ebhizinisi,
ngesikathi kuhlolwa ukuthi amabhizinisi akule ndawo ayayithobela yini imithetho
yokusebenza. Lo msebenzi ubuyingxenye yomkhankaso kaMasipala wokubhekana
nezinselelo ezahlukahlukene zokuhanjiswa kwezidingo emphakathini, i-Operation
Good Hope

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *