February 20, 2026
USuthu luzocijwa abaqeqeshi abamnkantshubomvu ebholeni lase Ningizimu Africa
SIBUSISO MAMBA Izikhondlakhondla zase KZN uSuthu olumabheshankone Amazulu F.C azoqeqeshwa izinsiwa ezinesipiliyoni ebholeni lakuleli , uMengameli waMazulu uMnumzane u Sandile…
URichard Masemola uqokelwe kowe-South African Gospel Recognition Awards unxusa ukwesekwa ngamavoti
SHEILA MHLONGO URichard Masemola, odabuka eNewcastle ngaphansi kwemaJuba District kodwa ngokomsebenzi utholakala kakhulu eGauteng. UMasemola uyiCiko eselimkatshubomvu kwezomculo wokholo njengoba…
EZEMICIMBI ZOXOXWA NGEZITHOMBE
NgoMgqibelo owedlule zingu 5 Okthoba bekukuhle kudelile iphephandaba iKZN Namuhla lihambele umshado kaMnu Siyabonga Dlamini nowakwakhe uMaHadebe, eNanda enyakatho yeTheku.
INingizimu Afrika izosingatha umdlalo waphesheya omkhulu I ELF the Musical okokuqala eDurban ICC
OWAMI THABETHE Iqembu lomculo elihlonishwa kakhulu i-Elf the Musical kulindeleke ukuthi libonakale okokuqala Ningizimu Afrika eDurban International Convention Centre (ICC)…
Injabulo iphezulu kosomabhizinisi eThekwini njengoba kuzosingathwa owe Durban Business Fair
OWAMI THABETHE Sebemi ngomumo osomabhizinisi abancane abaphuma ezinhlakeni ezahlukeni eThekwini njengoba bevivela ukudayisa nokubukisa ngemikhiqizo yabo kwi Durban business fair…
Ukuthuthukiswa komgwaqo uN2/N3 kuzoletha amathuba angcono kwezomnoto
OWAMI THABETHE UNgqongqoshe wezokuThutha kuzwe lonke u-Barbara Creecy uthe uhlelo oluhamba phambili lweSouth African National Road Agency’s (Sanral) lokuthuthukisa imigwaqo…
Sekuphinde kwaboshwa elinye iphoyisa ngecala lokubulala ukuze lizuze imali yomshwalense
OWAMI THABETHE Sekuphinde kwaboshwa omunye usayitsheni oneminyaka engu-43 ubudala osebenzela esiteshini samaphoyisa eLimpopo, naye osolwa ngamacala okubulala . Usayitsheni obesemsebenzini…
Kuxwayiswa umphakathi ukuba uqaphele isimo sezulu
OWAMI THABETHE AboPhiko Lwezezezulu LwaseNingizimu Afrika (i-South African Weather Service) bakhiphe isexwayiso ukuthi abantu bahlale beqaphile ngesimo sezulu esibi esizayo….
Iphrojekthi kaSanral ka-R4 billion ihlose ukuthuthukisa ukuphepha emgwaqeni kanye nokweseka ukukhula komnotho wendawo ngaku-N3.
OWAMI THABETHE I-South African National Roads Agency SOC Limited (i-Sanral) yenza igxathu kwezokuphepha emgwaqeni ngohlelo lokulungisa kabusha u-N3 phakathi kwe-Key…
- 1
- 2

