SHEILA MHLONGO
Ngifisa ukukwenza njengeciko elisakhula ukuthi kwelakithi eHarding kaJali kube nomcimbi engizowenza ozolekelela amaciko abizwa ngama local artist ngoba mengibuka ngibuka imincane kakhulu endaweni zasemakhaya.
Engiyofisa ukuthi umasipala wangakithi Umuziwabantu Municipality kanjalo nosomabhizinisi bangelekelele ukuze abaculi bangakithi bakwazi ukubeka isinkwa etafuleni lomcimbi ngiyaqala ukuwenza kulonyaka ka-2025 (UMSAMO WAMAJALI MASKANDI FESTIVAL) ozoqala esigodini sakaJali siyowuvala edolobheni lase Harding minyaka yonke. Engifisa ukukuyeka noma esengithathe isinqumo sokuhoxa kukho njengeciko eseliwazi amandla walo ukuthi angakanani kusukela kulonyaka esiwuqalile ka-2025 akusekho mcimbi noma akusekho gig ekuzothiwa mina ngiyi khubalo lombango ngiyoyiveza kuyona
Engingakusho nje umsebenzi kaKhubalo Lombango omusha sha ozophuma makuphela uMarch before uGood Friday okuyi EP ezobe iboshwe kakhulu isezingeni eliphezulu futhi ngiyocela ningeseke sizwe sikaphunga nomageba. Lomsebenzi uzobakhona kuzona zonke izitolo za-online eg YouTube’sportfy tikt .Okwamanje ngicela ukungasidaluli isihloko somsebenzi enginizela nawo. Baningi abaculi engifisayo ukusebenza nabo kodwa kulonyaka bengifisa ukusebenza no sisi Thandeka Hadebe okanye umashotana uzamambo kanye no music holique uproducer engifisa ukusebenza naye ubhuti uSizwe Gumede wase GMD studios esisebenze kahle kakhulu naye ngo 2023 emsebenzini wami ebengisagcine ngawo.
Engikufundile ngonyaka ka 2024 ukuthi ukubekezela emculweni kuzala impumelelo basho bakwazi ukuyikhandla ngami ngibe ngiphusha umsebenzi wonyaka osowedlula njengoba kunyaka odlule umsebenzi ka-2023 owawusihloko sithi: Uthando luphelileSengiphetha nje bengicela niyokweseka isitolo sakwa TEN OVER .
Okungalindelwa ngabalandeli ukuthi umsebenzi lo engizobazela nawo phambi kokuthi uphume ngizokhipha iposter yeyimemezolo Singaxhumana calls : 0640 322 408, Facebook page : khubalo lombango, Tiktok account : @khubalolombango1.com, Instagram : lombango khubalo
Bookings: Khubalo.lombango3@gmail.com .

