USamkello somekelloggs Kunene umsakazi we-Vibe FM ufisa ukukhula kwa-Media & Entertainment Industry

SHEILA MHLONGO

Mina engizifisel khona kulonyaka , ukuthuthuka kakhulu kulokhu engiyikhona ngithole amathuba amaningi kwi entertainment industry. Izinhlelo zami kulonyaka , ukusiza intsha efisayo nayo ukungena kwezokusakaza but not only kulabo abangabasakazi but nokunye okuningi . Mina  ngingathanda ngelinye ilanga ukuzibona ngisebenza. Kwenye yama Radio amakhulu lana eMzansi.

 Engikufundile  ngonyaka odlule , ukuhlonipha into oyenzayo nokuthi kubalulekile ukuzehlisa kumuntu noma ngabe ubani but inhlonipho iphambili. Abangakulindela  ukuthi mahlalele eduze nomabona kude ngoba, nakhona uthando lwayo lukhona  nase zindaweni zenjabulo ngoba ngibuye ngibizwe ukuth ngibe uMC emicimbini eyahlukne

Bangangibamba  njalo ngama Friday’s  kwi vibe 94.7 FM ohlelweni  olubizwa nge-Friday vibe oluqala ngo 22:00 till 01:00 am  #senzaIradioiQathazeamaice. Facebook : samkello somekelloggs Kunene Or somekelloggs or somekelloggs Kelloggs, TikTok: Somekelloggs7 and Instagram: somekelloggss.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *