USphamandla ‘Mahlobo’ Zungu  odabuka eSwayimane ucela ukuphiwa ithuba lokuziveza kubaHleli bemicimbi

SHEILA MHLONGO

Engifisa ukukwenza kuningi nengikucelayo ukuthi abahleli bemicimbi bangiqashe uma behlela imicimbi. Kulonyaka ngifisa ukuthi yonke indawo waziwe umculo wami baphinde bangilandele ezinkundleni zokuxhumana .

Ngifisa ukusebenzisa ne2K laZwenkosi  uMjolisi  kanye noBhuti uThuthani kuProducer.Izifundo  engizifundile ukuthi kubalulekile ukuthi wazane nabantu ngoba yibona abakukhuphulayo nokuzehlisa kuyasiza kakhulu.

Okunye engikucelayo ukuthi abalandeli abanginike ithuba loku ngilalela bangeseke nasezindleni zami zokuxhumana.Izingoma zami ezikatholakali online ngenxa yokuthi ngi record estudio esincane futhi nami angikabi nayo imali yokuya ezistudio esikhulu ungangithinta: 071 916 5086.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *