SHEILA MHLONGO
Engifisa ukukwenza kulonyaka ukuphumelela emsebenzini engiwenzayo ebese ngifisa ukuyeka ukuthembela kubantu. Izinhlelo zami zalonyaka ukuthi ngifuna ukuzimela ngifeze iphupho lami ngikhohlwe ukuthi abantu bathini.
Abaculi engingathanda ukusebenzisana nabo uThando Spirit kanye ne nkabi Record. Isifundo engisifunde ngonyaka ophelile ukuthi ungathembeli kumuntu futhi ungahlali ulindele izinto ezinhle kubantu.
Abalandeli bami bengalindela okuzobathokozisa uma nabo bengaqhubeka bengilandele ngiyabathembisa ngizobajabulisa nabo mabezongijabulisa.
Okwamanje angkatholakali kulama platforms ngisatholakala ku-Tiktok kuphela. Kodwa futhi ngiyafisa ukutholakala kuwonke amaplatform. facebook: Langelihle Ngwenya Whatsapp /Calls: 082 593 6292, 068 558 5804, BabY’Rabbit naku Tiktok: Angel da poet.

