UJoshua Phiri  ufisa ukukhula kwezokumodela

SHEILA MHLONGO

Ngizalelwe eMalawi ngineminyaka-22 kulonyaka  ngifisa ukukhula njengomuntu wesilisa osemkhakheni weModel futhi ngenze konke okusemandleni ukuthi isifiso sami siyaphumelela.

Into  engifisa ukuyiyeka umqondo wokuzitshela ukuthi angeke ngikwazi, ebese ngihlala njalo ngisesimweni sokuthi konke kuzolunga ngibenethemba. Engifisa ukusebenzisana nabo kulendima omunye wabo uMaglera Doe Boy.

Isifundo engisifundile kulonyaka esokuthi kubalulekile ukuba mentally healthy ngoba ukuphazama okukodwa kungacekela phansi impilo yakho yonke. Singaxhumana: WhatsApp/ Call: 067 977 9212

  Facebook: Joshua phiri naku Instagram: bayanda_1984

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *