2026
Apostle Mfaniseni Moses Zungu webandla le-God is Good International Ministries usebenza kakhulu ngokuvikela umphakathi nangokunikeza uxhaso ngezinto eziningi nalapho beqhwashisa khona intsha ngama drugs behambela nezikole ezahlukene bakhulekele abantwana. Basemkhankasweni wokuqhuba imikhuleko ngaphansi kweRevival International Prayer Convention Proposal eqale mhlaka-01 Septhemba 2025 kuze kuyoba unyaka ka-2030.
Continue reading
UConstable Thandazile Happiness Blose usebenzisana nozakwabo embuthweni (SAPS) uqhuba izinhlelo zokuqwashisa ngobugebengu ezikoleni nasemphakathini, elokishini lakwaMashu kanti usebenzisana nezinhlaka ezifana ne-CPF, Youth Desk , Spiritual Crime Prevention, NGO, NPO, Community Safety and Liaison, Nicro, DSd, NPA, KwaMashu, Business Forum, HIVTBCARE, DOE kanye ne.DOH.
Continue reading
Bishop Michael Matolo ungumholi obambe iqhaza elikhulu emphakathini , akagcini nje ngokuba umholi oqotho , ukuhlakanipha kanye nokholo futhi wenza iminikelo yabazalwane ibuyise ithemba kulabo abahlwempu futhi ufisa ukuba nohlelo lokuqhubeka nokuphakamisa izimpilo zabantu. Inhloso yenhlangano ye-Masithwalisane Disability yenza umsebenzi omuhle kakhulu ohkanganisa ne The Voice of Disability Church Movement.
Continue reading
ITheku libeke onogada abangu-500 emabhishi abazoqapha ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi
ZAMA MAJOLA Abaqaphi abangu-500 bazobe bephethe ogwini lweTheku ngesikhathi samaholidi. UDkt Simphiwe Ndlovu, iNhloko yezokuNgcebeleka namaPaki eThekwini, uthi abaqaphi bamaholidi…
UMasipala weTheku usezinhlelweni zokwethula ubuchwepheshe be-drone ukuze kuzobhekwana kangcono nezimo eziphuthumayo ZAMA MAJOLA Idolobha libe nengqungquthela yezinsuku ezintathu lapho izinkampani…
UThembeka Mabaso waseMpangeni uthi kuyahlaleka nomuntu ophila nokukhubazeka
ZAMA MAJOLA Owesifazane osekhulile igama lakhe nguThembeka Mabaso eDondotha kwesakwaMthethwa washiywa abazali bakhe bemshiya nezingane zakubo ezincane, waba esezikhulisa yena…

