U-Sanele Handsome Gumede ucela nimeseka EP yakhe

Ngingu Sanele Handsome “GumedePrince” ngifunde eBhekulwazi Primary School ngadlulela emabangeni aphezulu eVikingozi High School ngibe sengidlulela emazingeni emfundo ephakeme University of Kwazulu Natal bengenza umkhakha weTeaching(BED).

Ngonyaka ka-2011 ngiqale  ukungena endimeni yomculo njengoba ngo-2010 ngangiqale ezokulingisa(Acting) njengamanje nginguThisha we-Dramatic Arts, ngingenele okokuqala Runner-up Chatsworth 2025 ngifisa abantu bakithi balandele EP esihloko sithi: Unshamed Praise.

Sengike ngakhipha ama-single track amabili ethi: “Show me your way and Heaven is right here” ofisa ukuxhumana nathi Booking details 071 831 6010 noma  handsomegumede3@gmail.com

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *