Igamalami Ngingu Lindokuhle Ngcobo owaziwa ngele “Indoda ka Celemba”ngiqahamuka ngaphansi ko-uMlazi international film festival ngingumdidiyeli wezama filimi osakhula ngiphinde ngibe umbhali wezinkondlo.
Kephake la ngikhuluma ngohambo lwethu nethimba lami ekuqopheni I-project ekuthiwa i-48hours film project lapho uproducer ngamunye enikwa ithuba lokuba ahlanganise iqembu azosebenzisana nalo bese beshutha ifilimu ngezinsuku ezimbili futhi balandele imigomo eqokiwe, emvakwa lokho ebese eyithumela kubaphathi bisidlala kwi Cinema enkulu i Suncoast cinema eThekwini, laphoke kuzobe sekuqokwa abawudlile umklomelo baklonyeliswe ngezindondo nangokunye okuzobagqugquzela kulomkhakha abakuwo wezama filimu.

Thinake eyethu ifilimu izobe idlala mhlaka-29 November 2025 igamalayo i “Mysterious Vengeance” edidiyelwe “Izwilethu Picture” u Producer wayo uSnawo Madikizela mina nginguMqophi wayo “Cinametographer” amathikithi ayatholakala online awu-R90.00 nakhona ecinema azobetholaka futhi ngalo usuku lwemiklomelo. Ngiyafisa abantu beze ngomuningi babo. Sengikhohlwe nokubalula ukuthi ngiqahamuka ngaphansi ko uMlazi international film festival.


