MINENHLE MHLONGO
UAmthande Mpepanduku ohlala eGermiston Edukathole ongowokudabuka e Mount Ayliff e Mrwaqa eEastern Cape owaziwa ngelika Amthande youngnora ongumculi wama piano abuye abe yinxusa le Velcro Clothing oqale ukucula ngonyaka ka 2016 Une EP esihloko esithi Inxeba eyenziwe ngaphansi kwesandla Double Geez okuyiyona eshisa izikhotha njengamanje eyathengisa ubuthaphuthaphu emakhele negama elihle kakhulu.
“Ngibe sengenza nenye esihloko sithi iphakade esishe izikhotha ephume nyakenye kulonyaka abantu bengalindela ingoma ehambisana no music video ethi bharake ezophuma kulenyanga ukubala nje imisebenzi yami embalwa”. Kusho uAmthande.
Into eyamgquqgumezela ukuthi angene emculweni ukukhulela phambi kwamaciko , ngaphambi kokuthi acule amapiano uqale wenza umculo we Hip-Hop lapho asebenzisane khona kakhulu nabaculu abahlukene njengo Xesibe boy (imithandazo heat maker)
“Isifiso sami ukuqhubekela phambili ukuze ngibe ne record label ezosiza abaculi abasafufusa abasadinga uxhaso ekuthuthukiseni amakhono abo”. esho
Amthande umculo wakhe uyatholakala kuzozonke izinkundla zokuxhumana nge handle yakhe @ Youngnora
on facebook ,twitter,tiktok @Youngnora ku instagram ungu @Amthande Youngnora Email.Youngnora661@fmail.com
Inombolo 073 266 7723

