Amahle Naledi Makhaol(8) onguZime uzalelwe endaweni yase Chatsworth kwaZulu
natal ,waqala ukumodela ngenyanga ka August 2022 ngaphansi kwe nkampani I
Expressers modeling agency ephethwe u Zandile Mbhele okuyena ongumuqeqesha ,
kwathi ngo October 2022 wangenela umncintiswano wokuqala wabashaya bonke
amakhanda, kanti akagcinanga lapho waqhubeka wangenela eminye wenzakahle
kakhulu, sikhulumaa nje ungenele umncintiswano omkhulu u Mr and Miss UMgababa
2024 ozoba ngo March 2024 , Uthi ucela uxhaso nanoma ingani,ukuze azokwazi
ukunikela emphakathini
0613153800
UAmamhle Makhaol onguzime osamcaneunxusa umphakathi ukuba unikelenanoma ngani engasiza abeswele

