SHEILA MHLONGO
Ngifisa ukuyeka ukuphika nabangani ngigxile emthandazweni kanye nokuphusha I-album yami ifinyelele lapha ngifisa iyekhona kwigolide. Ngifisa ukuthi ngisebenze nobhuti uSjava kanye noMnqobiyazo.
Ukubekezela nokuhlonipha kungisize kakhulu ngoba ukube bengahloniphi ngabe akekho obezongisiza ngifike langikhona. Abalandeli ngifisa bazi ukuthi ngihlela ukwenza (Lauch) umcimbi wokubazisa nge-Album yami ephumile kuthiwa (AMA NoNo).
Umculo wami uyatholakala kuma platsforms onke. It’s cydwayz amanono igama le-album. Ofisa ukusithinta siyatholakala Facebook cydwayz SA, Instagram Cydwayz SA, cktlak cydwayz SA and WhatsApp:067 854 3220.

