SHEILA MHLONGO
U-2025 since uqalile izinto zami zisangihambela kahle so kuyisifiso sami kuthi umculo wami ugcine ukwazile ukufinyelela kubantu abaphezulu abazobona ikhono lami bephinde bekwazi ukungiqasha emicimbini emkhulu ka-2025 .
Ukuthi imvelakancane EP yami ibe impumelelo kimi iphinde ishitshe impilo kusakhona nesingle track ezayo ezoshitsha izinto kakhulu igama layo isinamumva. Kuyisifiso sami ukuthi ngikhiphe ingoma no Olifeid Khetha owaziwa ngengoma (isithombe) kanye no Aubrey qwana. Ngibonga ithuba engilithole kwiNdwedwe Music Festival ngibonile kuhle ukuzithoba kubalulekile ngoba ikusasa awazi likuphatheleni bakwazi ukuba bengibize emcimbini omkhulu waseNdwedwe ngashiyelana inkundla nabo Mthandeni sk , DJ Tira kanye no Ntencane. Bengicela abathandi bomculo belindele EP yami ezophuma maduze kulenyanga ka Feb kuma digital platforms igama layo imvelakancane EP,kanye ne single ezolandela ebizwa isinamumva.
Okwamanje sisane link yoku pre saver EP muntu engangi inbox ku facebook or whatsapp me straight but kuzona zonke izitolo zomculo zizotholakala inombolo: 062 253 2232, Facebook : Inkosana thusi , kutiktok inkosanayama2k, Instagram inkosanayama2k ngifisa abantu beyithokozele EP beyinyuse kakhulu ngumfana wasebhamshela akwandele bani kulesgodi engiphuma kuso kwaNgcongangconga.

