Iciko laMaskandi laseNquthu licela ukuqashwa kubahleli bemicimbini

SHEILA MHLONGO

Ngingu Thokozani Ngcobo okamaMthembu ngibuya eNquthu emculweni ngibizwa iGreen Mamba engifisa ukuthi kwenzeke kulonyaka ukuqashwa emicimbini yonke ehlelwayo ngingajabula uma nelami igama lingaba khona kanye nokuthi ama viewers akhuphuke kuma social media   nakumaDigital music stores.

 Engifisa  kwenzeke ukuqashwa kakhulu emicimbini ingabe emincane noma emikhulu angikhethile uma nje ngizovela kubathandi bomculo ilokho okunginika ithemba kwengikwenzayo. Ebaculini engingahle ngisebenze nabo uDsd Dr Khangelani Mhlongo nabanye Mroza  Mzukulu ,Gatsheni ,Limited Nala,Smirnoff.

Ngisebenze ezitudio ezahlukene ngafunda okuningi ikakhulukazi ukuzihlonipha uma usendimeni yomculo.

Abangakulindela  I Single track ft Dsd Mhlongo umsebenzi wami iGREEN MAMBA Isihloko sithi “UBABA KABOY” uyatholakala kuma Digital music store.

Abathanda ukuxhumana nami bengangithinta kulenombolo: 0837622868.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *