SHEILA MHLONGO
Mina engizifisel khona kulonyaka , ukuthuthuka kakhulu kulokhu engiyikhona ngithole amathuba amaningi kwi entertainment industry. Izinhlelo zami kulonyaka , ukusiza intsha efisayo nayo ukungena kwezokusakaza but not only kulabo abangabasakazi but nokunye okuningi . Mina ngingathanda ngelinye ilanga ukuzibona ngisebenza. Kwenye yama Radio amakhulu lana eMzansi.
Engikufundile ngonyaka odlule , ukuhlonipha into oyenzayo nokuthi kubalulekile ukuzehlisa kumuntu noma ngabe ubani but inhlonipho iphambili. Abangakulindela ukuthi mahlalele eduze nomabona kude ngoba, nakhona uthando lwayo lukhona nase zindaweni zenjabulo ngoba ngibuye ngibizwe ukuth ngibe uMC emicimbini eyahlukne
Bangangibamba njalo ngama Friday’s kwi vibe 94.7 FM ohlelweni olubizwa nge-Friday vibe oluqala ngo 22:00 till 01:00 am #senzaIradioiQathazeamaice. Facebook : samkello somekelloggs Kunene Or somekelloggs or somekelloggs Kelloggs, TikTok: Somekelloggs7 and Instagram: somekelloggss.

