SHEILA MHLONGO
Ngine company okuthiwa Makhaya Chillers umsebenzi engiwenzayo: Recording Music, Graphic designing, Shooting Events Media neHosting Events.
Into engifisa ukuyenza kulonyaka ukukhipha uMusic omningi nabalandeli bami bajabule, ngakho bengisamile ekukhipha uMusic ngiphusha abanye abantu futhi into engifisa ukuyiyeka ukubeka abanye abantu phambili ngikhohlwe ukuqhakazisa owami umsebenzi.
Izinhlelo zami zakulonyaka ukusabalalisa kakhulu igama e company yami ‘Makhaya Chillers’education kakhulu KwaHlabisa ngokunceda amaciko nokubeka ama Events apromoter amaciko, ngiphinde ngibe nesifiso sokuShooter imi music videos ngiyi plug Kuma TV channels.
UProducer engifisa ukusebenza naye kulonyaka uPrince Bulo, Isifundo engisifundile kulonyaka ukuthi ungabi nabangani kodwa yiba nePartner yebhizinisi, ngaphinda ngafunda ukuthi ungabombeka umuntu phambili zibeke wena. Abalandeli bami bengibathembise I-Ep iphume ngeyi-04 April 2025 (Cassanova Ep) inezingoma eziwu-05 kuyimanje ngibathembisa ukuyi luanch(a) le-Ep mhlampe kulenyanga makuhleleka.
U Music wami uyatholakala ku Spotify, Apple music, ITunes , Boom Play, YouTube, Tik tok nakuFacebook etc.
Ngitholakala kanje : WhatsApp/ Calls – 071 210 7959 , Facebook – Qhash Beats rsa Page (Makhaya Chillers or Makhaya Chillers Media), Tiktok – Qhash Beats , Instagram – Qhash B7 naku YouTube – Makhaya Chillerz.

