UZanomzi umculi weGospel was’ Eastern cape osekhiphe ama-album amabili ucela nimxhase balandeli bomculo

SHEILA MHLONGO

Ngonyaka odlule ka-2024 ngifunde ukuthi qhubeka wenze lento oyifunayo njalo ize ifikelele ezingeni eliphezulu kanti akumele uphatheke kabi ngokukulahlekele endleni yakho qhubeka wenze konke kahle ngayo yonke indlela .

Kuloyaka  ka- 2025, Nginamaplani amaningi mayelana nomculo wami njengoba ngihlala ngiwukhathalele kusukela ngawuqala, Ngaso sonke isikhathi ngihlala ngifisa ukwenza izinto ezintsha nokudlulisa. Njengamanje ngirikhodile  i-Single track entsha lapho engisebenze khona no-Lindani  Gumede njengo producer wami lesingle siyikhiphe mhlaka -10 Mashi 2025.

Umculo wami uyatholakala  kuwona wonke ama-digital platforms, eyokuqala ithi: ‘Ngentando yakho’, eyesibili  ithi: ‘Ukhona UJesu’ kanye ne single  ethi: ‘Khanyisa’.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *