Muntu wesifazane funda ukuvikela isithunzi somunye umuntu wesifazane

UMfundisi Katlego Nare 

Ngiyanibingelela bantu bakithi. Ngicela nje ukukhuza kubantu besifazane ngalomkhuba osuhambe wajwayeleka kodwa mubi . Muntu wesifazane ungasisabalalisi ezinkundleni zokuxhumana isitho somunye umuntu wesifazane sangasese.

Nomangabe ekone kanjani ungamane uyoshaya yena uqobo kunokuthi usabalalise isitho sakhe sangasese kuyenzeka ubethumela isoka noma umasihlekisane sagcina siphumile esandleni saloyo obesithunyelwe , ungasidlulisi masifika kuwe ungumuntu wesifazane ngoba yihlazo kini nonke, akuhlukile nokuzithuka wena uqobo . Fundani ukuvikela isithunzi senu ningabesifazane 

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *