UZinhle Ndosha wokholo ukuba nomkhankaso wokusiza abantu abangathathi ndawo

SHEILA MHLONGO

Ngizalelwe endaweni yaseMalangeni ngicula umculo wokholo kulonyaka ngifisa ukwenza izinto  ezihlukile  ukusiza abantu abangathathintweni abalahlekelwa izihlobo zabo .

Isifiso sami ukuhambela imizi enezintandane ngilekelele kwabakudingayo, umculi engifisa ukusebenzisana naye Sisi uKholeka kuningi engikufundile kulonyaka ophelile ukusebenzisana nabantu abahlukene. Umsebenzi wami abalandeli bami kumele balindele umsebenzi wami omusha engisawuhlelayo. Umculo wami uyatholakala kuzo zonke izitolo.

Umculo wami uyatholakala Spotify, YouTube, Amazon Music Deezer  ngolwazi oluningi singaxhumana WhatsApp :060 327 4321 naku Facebook: zinhle ndosha ntoh.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *