UJesus Wengoma Dlamini waseMsinga ucela nimqashe bahleli bemicimbi

SHEILA MHLONGO

Ngidabuka emabomvini esigodini sase Nqoleni Into engifisa ukuba yenzeke ukuthi ngiqashwe nje emcimbini ekhona nesazobakhona. izinhlelo zami kulonyaka ukuzibona ngishutha ama video ngithenge nomfaniswano weqembu lami, ngiphinde ngithuthukise namaqembu asemvakwami.

Umculi engifisa ukusebenza naye ubhuti uJaiva Zimnike “umfokamiss ofundisa engafundi”, izifundo engizifundile ikhona ukubekezela into uma usayithanda nesibindi umuntu owenza ngibekanjalo ubhuti uNgelo V ngoba uyena umculi engaqala kuyena ukugida.

 Int  engalindelwa abalandeli ile-Ep esanda kuphuma njengamanje okunye kungaba umusic video nesingle track ngoDec 6. Umsebenzi uyatholakala koYoutube, Deeze,spotfy,Amazon. Ngiyatholakala WhatsApp/ Call: 072 053 8166  naku facebook:  nhlangano Jesus wengoma dlamini.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *