Icomrades Marathon izobuyela kuJuni ngonyaka ka2023
I-COMRADES Marathon izobuyela osukwini olujwayelekile okuyiSonto ngonyaka ozayo kulandela ukuthi iKwaZulu-Natal Athletics ngoLwesibili oludlule igunyaze usuku lwangomhlaka 11Juni 2023 njengosuku lapho lomjaho we-ultramarathon wesi-96 waminyaka yonke futhi omkhulukazi kunayo yonke uzoba ngalolusuku.

