Umsizi kaNompempe wePSL obelahlekile utholakale ehlathini

UTshepo Nojila, utholwe esaphila futhi usehlanganiswe nomndeni wakhe eMadibogo Village esiFundazweni saseNorth West. Umsizi kanompempe, uNojila oneminyaka engu-32 ubudala ususe umsindo ngempelasonto ngemuva kokubikwa ukuthi usenyamalele izinsuku ezinhlanu(5) kade egcine ukuphatha umdlalo weDStv Premiership phakathi kweRoyal AM neGolden Arrows ngomhlaka-4 Febhuwari 2023.

Continue reading

Asemenyezelwe amaqembu azoba ingxenye yeNedbank Cup

Ngesonto eledlule ngolwesine amenyezelwe bukhona amaqembu azoba ingxenye yomqhudelwano wenedbank cup loluhlelo belubanjelwe enedbank head office estandton kanti belusakazwa bukhoma kuchannel 202 kumabonakude, njengokwejwayelikile kumenyezelwe amaqembu angu-32 azotholana phezulu okuhlanganisa amaqembu angu-16 adlala kwi dstv premiership league kube ayi-8 adlala kwi motsepe foundation championship bese kuphinda kuba amanye ayi-8 adlala kwi safa division.

Continue reading