UMasipala weTheku ubheka izindlela zokwenza ngcono ukuphakelwa kwamanzi
UMasipala weTheku ubheka izindlela zokwenza ngcono ukuphakelwa kwamanzi. Lokhu kuza emuva kokuthi iMeya ukhansela Mxolisi Kaunda ngomhlaka 17 Januwari ehambele isiphehlimanzi sase Pinetown lapho ehlangene khona nethimba lezimenenja elingaphansi koPhiko lwe Water and Sanitation.

