EZOMPHAKATHI
Abangenamakhaya abekade beqoqwe ngu hulumeni emigwaqeni sebebuyele khona futhi
OWAMI THABETHE Ezinsukwini ezimbalwa nje ngemuva kokuqoqwa kwabantu abangenamakhaya enkabeni yeTheku, abantu abangaphezu kuka-200 sebebuyele ezindaweni zabo zokukhosela futhi eduze…
Uhulumeni usebenzisana nemiphakathi kanye nabaholi bendabuko ukuthola izindawo ezifanelekile zokwakhela abantu izindlu
OWAMI THABETHE UMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu uhlose ukusebenzisana nabaholi bendabuko ukuhlonza izindawo ezikwazi ukumelana nezinhlekelele ezifanele ukuthuthukiswa kokuhlaliswa kwabantu, kusetshenziswa i-geo-mapping….
UNdunankulu waKwaZulu-Natali ukhuza imibhikisho emiphakathini ngesikhathi sezivivinyo zikamatikuletsheni
OWAMI THABETHE UNdunankulu waKwaZulu-Natali uMhlonishwa Thami Ntuli ukhuza isihlava sokubhikisha kwemiphakathi ngesikhathi sezivivinyo zikamatikuletsheni njengendlela yokufuna ukulethwa kwezidingo emiphakathini yabo….
UBE YIMPUMELELO UMCIMBI WE PRE-LAUNCH YE AMAJUBA DISTRICT CHANGEMAKERS YOUTH COUNCIL KANYE NE CERTIFICATION CEREMONY EBISE MADADENI.
Lomcimbi inhloso yawo bekungukwethulwa kwe Council yabasha yaseMajuba district kanye nomcimbi wokwethulwa kohlelo lokuthola izitifiketi kubantu abasha abebefunda ezindaweni ezahlukeni,…
INingizimu Afrika izosingatha umdlalo waphesheya omkhulu I ELF the Musical okokuqala eDurban ICC
OWAMI THABETHE Iqembu lomculo elihlonishwa kakhulu i-Elf the Musical kulindeleke ukuthi libonakale okokuqala Ningizimu Afrika eDurban International Convention Centre (ICC)…
Sekuphinde kwaboshwa elinye iphoyisa ngecala lokubulala ukuze lizuze imali yomshwalense
OWAMI THABETHE Sekuphinde kwaboshwa omunye usayitsheni oneminyaka engu-43 ubudala osebenzela esiteshini samaphoyisa eLimpopo, naye osolwa ngamacala okubulala . Usayitsheni obesemsebenzini…
Sezihubela sakusha kubafundi bakaMatikuletsheni njengoba sekusondele izinsuku zokubhala izivivinyo
OWAMI THABETHE Izinkulungwane zabafundi bakamatikuletsheni sebesalelwe isikhathi esingaphansi kwamasonto amabili ukube baqale ukubhala izivivinyo zabo zokugcina zokuphela konyaka . UMnyango…
UMnyango wezaseKhaya usukhiphe isexwayisosokuthi omazisi bamabhuku sebephelelwa isikhathi
OWAMI THABETHE UMnyango wezaseKhaya usuxwayise ngokuthi abantu baseNingizimu Afrika abangenabo omazisi bamakhadi basengozini yokuntshontshelwa omazisi babo. Ukuze kuqedwe ukukhwabanisa kukamazisi…
Kusingathwe inkomfa emayelana nokulawulwa kwemfucuza eThekwini
OWAMI THABETHE UMasipala weTheku, ngokubambisana ne-C40 Cities Network, usingathe inkomfa yokucobelelana ngolwazi yezinsuku ezintathu lokuguqula ukulawulwa kwemfucuza emadolobheni. Lenkomfa ibibanjelwe…

