Sizwe sakithi akesehliseni ophuzweni oludakayo
Sizwe sakithi akesehliseni kwezokuzijabulisa bakithi, ikakhulu abantu abadala abazele phezani kancane emanzini amponjwana . Zithini izingane uma umzali ehamba ebusuku…
Sizwe sakithi akesehliseni kwezokuzijabulisa bakithi, ikakhulu abantu abadala abazele phezani kancane emanzini amponjwana . Zithini izingane uma umzali ehamba ebusuku…
SHEILA MHLONGO Ebuyela emjahweni wokuncintisana maphakathi no-2025 ngemva kokuzalwa kwengane yakhe yokuqala, umgijimi we-Boxer Athletics Club uKyla Jacobs wamukele ngokulangazela…
ZAMA MAJOLA UMasipala weTheku uziphawulele mayelana nezinsolo ezisabalele zokubambezeleka kanye nokuxhashazwa ekwabiweni kwezindlu kuDonnelly Road Housing Project. UMasipala uqinisekise umphakathi…
SHEILA MHLONGO UMasipala weTheku ugubhe nomphakathi waseThusong usuku lwabasebenzi bakahulumeni, ngosuku lwesibili lwemigubho yeThusong Week, abasebenzi bakaMasipala bebephume ngobuningi ngenhloso…
ONGEZIWE NTONDINI Umndeni wakwaMkhize eMlazi, endaweni yakwa-E, ucelile ukulekelelwa ngemuva kokusha kwekhaya labo elincane elaliwu 2 rooms ngenyanga kaMashi kulonyaka….
Ongeziwe Ntondini Umphakathi wakwa-V eMlazi ubuthene ndawonye ukwenza umkhuleko emgwaqweni owaziwa ngama-robhothi, ngemuva kwengozi eyenzeke kule ndawo ebandakanya abesifazane abathathu….
ZAMA MAJOLA Abafundi abavela ezikoleni eziyisishiyagalolunye (9) ogwini oluseNyakatho yeKwaZulu-Natal bajabule ngokuthola umfaniswano wabo omusha wesikole. Lokhu kwenzeke ngenxa yokubambisana…
Uma eseqala esephelelwa isikhathi sokuba nawe yazi ukuthi kukhona la esenaso khona. Uma esekuncisha igama elithi I love you, yazi…
Ongeziwe Ntondini Umoya wokulwa nobugebengu uthathe izinyathelo njengoba umphakathi waseThekwini kanye nawo wonke uMzansi KwaZulu-Natali ulalele izikhalazo zikaJacinta Ngobese nabanye…
Uyaqhubeka umsebenzi wokwakhiwa kwabantwana abavela ezikoleni ezahlukene oluthatha izinsuku ezintathu lapho kwakhiwa khona ismilo sabantwana kanye nokugqugquzelwa kokuziphatha kahle empilweni….