ULwazi Gqunwana uzisungulele inkampani afisa ukuthola uxhaso kuyona

ULwazi Gqunwana (29) ungowaseLusikisiki ngokuzalwa kanti futhi useke wathola nethuba lokuba umdlali (extra Actor) kuZalo kanye nokuhambela ama workshop okuba umlingisi.
Uthi nakuba ekhule ethanda ibhola kodwa ukuba umlingisi ikona okufike kwagqama empilweni yakhe. Manje usezivulele inkampani ebizwa nge SALAMBA SERVICES AND PROJECTS (PTY) LTD, afisa ukuthi athole uxhaso kuyona
Uyatholakala kule number 071 1408 214 naku whatsapp 071 1408 214 naku Facebook Lwazi Gqunwana