Bazogubha Olwentsha Ngezemidlalo Kwa Mgayi eMzinto
Intaka ibekelwe amazolo kumgubho wabantu abasha esigodini sakwa Mgai eMzinto.Indumezulu yedili lezemidlalo ebizwa ngokuthi i Dream Cup ekuzobe kuyihlandla lesithupha kulonyaka ibakhona.
Intaka ibekelwe amazolo kumgubho wabantu abasha esigodini sakwa Mgai eMzinto.Indumezulu yedili lezemidlalo ebizwa ngokuthi i Dream Cup ekuzobe kuyihlandla lesithupha kulonyaka ibakhona.
UMluleki Ngcobo (25) ongumculi kaMaskandi istage name sakhe iNkonyane LikaShayina waseNdwedwe esigodini saseMalangeni kanti utholakala khona futhi
Uqale indima yakhe yezomculo kaMaskandi ngonyaka ka 2018, kumanje usenama Albu amabili eyokuqala wayikhipha eThekwini Thekwini e GMD Studio’s ehloko sayo sithi kwakungama Ear phone’s wenza eyesibili eMlazi eSlivers Liver Studiosesihloko sayo sithi uNkunzebovu kanye nethi IBULAWO okuyiyo asaphusha ngayo namanje
ULwazi Gqunwana (29) ungowaseLusikisiki ngokuzalwa kanti futhi useke wathola nethuba lokuba umdlali (extra Actor) kuZalo kanye nokuhambela ama workshop okuba umlingi
UAphile Mpanza (16) ongumfundi wase ka Grade 11 e Ridge Park College. Udabuka Empangeni enyakatho yeKZN kodwa ngokuhlala utholakala eThekwini…
ISiyabalungisa Youth Organisation Isikhiphe isimemezelo lapho imema khona abantu abasha ukuthi baphelele ngothi lwabo emcimbini wabo abantu omayelana nomkhankaso okuthiwa UKHUZUMHLOLA kubantu abasha ababalekekwe inhlonipho.
Inhlangano iSouth African Local Government (SALGA) eyengamele izindaba zoMasipala kuleli isikhihe isitatimende esibhekise koMasipala abathole umbiko wezimali ongemuhle ukuthi ulungise izindaba zabo.
Lesisimo uMasipala weTheku akuso singaguquka senziwe ngcono, kodwa ukuze lokhu kwenzeke, kungadinga ukubambisana phakathi kwezinhlaka ezahlukene. Ngokusho kuka: Paul Kariuki ekanye no Avin Bhola.
UTeko Modise oyingqwele kwezomdlalo webhola lezinyawo uthi ukuzithiba ezintweni ezibizayo ikona okwamsiza emva kokuba enze iphutha lokumosha imali ngezinto ezingenasidingo njengokuthenga imoto eyabe idinga ayikhokhele uR22,000 ngenyanga.
Umculi ongaconsi phansi kubathandi bomculo useqoke ukumisa zonke izinhlelo zomzungezo wamazwe ngenxa yokuxinwa isifo .
SHEILA MHLONGO Kwethulwe iAlbum yomculi owawina kwi Gospel Icon Discovery ngonyaka ophelile uMnu Mqapheli Ndlovu emcimbini obunjelwe eStable Theatre eThekwini…