uSnothando Tshaka(14)unobuhle ohlala eChartsworth e Welbedecht uqale ukuba ngunobuhle ngonyaka ka 2022 kulomkhakha wokuba ngunobuhle useke waba u
-Miss Royalty Durban Queen
-Miss KZN universe 2023 1st runner up
Waphinda wangenele uMiss uMgababa 2024 lapho ekwazile ukuba i finalist khona
“njengoba ngingenele lo mncintiswano wase Mgababa ozobe use Coastal lounge ngo March kuningi esengizikhandle kukho kangangokuba nganquma ukuthi ngivakashele ekhaya labadala nezingane saxoxisana nabo ngokuba ngunobuhle ngaphinde nganikela kubo ngezidlo ezithile ukuthi abantwana bakuphathe eskoleni,engikucelayo uxhaso lokuthi abantu bangivotele ngikwazi ukuba nguNobuhle ovelele ngiphinde ngithathe lesisicoco sokuba uMiss uMgababa”.
Uku vote ngo R10 wakho lokho kuzomupha amavote amahlanu .Iminingwane iyatholakala ku Facebook(Sinothando Tshaka)
Ezikundlweni zokuxhumana uSinothando Tshaka
Cell no/whtasaap 0614767166

