UTry Phoku owenza iVitual Art uthi ukuthengwa komsebenzi wakhe kungamsiza ukunakekela umndeni

UTry Phoku(23) ungumdwebi wobuso babantu abahlukene ( Visual Artist) ozazalelwe aphinde ahlale e Bronkhorstspruit uthando lokudweba luqale eneminyaka ewu 12 esasesikoleni . Usesebenze nama Models aku Mr& Mrs Twane Regions, wavela nakumabonaduke ohlelweni iDaily Thetha ne Channel 260 lapho aye chaza aphinde akhombise ngo msebenzi wakhe . Udwebe nomculi odumile u Tyler ICU isithombe sengoma ethi “Ngimoja ngawe ”

Ufisa abantu bazi futhi baphinde bathenge  umsebenzi wakhe we Art , ukuze akwazi ukunakekela umndeni wakhe

Facebook :Try Phoku

 Instagram : try phoku

Cell no/ WhatsApp :076 790 5267

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *