SHEILA MHLONGO
Nginesfiso sokwenza i project okungaba i-Ep noma I-Album. Bese ngiyeka ukwenza u Music omuningi ngesikhathi esisodwa ngoba lokho kwenza kube nomculo wami ogcina usele emuva
Ngizokwenza umculo ufinyelele kubantu abaningi ngenze nesiqiniseko sokuthi ngenza u Music osezingeni elifanele.
Ngingafisa ukusebenza no Naledi Aphiwe Noma Umfana kagogo. Ngifunde ukuthi emculweni akutatazelwa thatha yonke into step by step,kanti nokwenza u music omningi ngesikhathi esisodwa kugcina kushiya omunye umsebenzi ngemuva.
Umsebenzi wami okungaba i-Ep, Ngiyawa posta ama links kwizinkundla zokuxhumana Facebook, Tik tok, Instagram naku WhatsApp , Facebook as Asanda manqele, Tik tok as Asa da music, Instagram as Asa da music then in WhatsApp also 079 863 4731.

