UTeboho “Sputla” Piriti ukhuthaza ukubambisana emculweni nokwesekana kumaCiko ezinhlanga ezahlukene

SHEILA MHLONGO

Ngihlala Mount fletcher eMangolong  Eastern Cape  eMaluti Skiti. Ngithanda izinto zesintu  ikakhulu umculo we Famo Mascande’  .Ngiqale ukuthanda umculo ngama -80 ukusuka lapho ngiye ngaqala ngasiza amaciko  ngokuthatha amaCD ngiwasa kuma Radio stations nokubahlanganisa nama Radio stations  for ama-interviews.

 Ngiye ngagcina ngokunzenzela iqembu ngo-2023 elibizwa nge Metjodi oa Mabenyeng omama boku qala ukucula umculo weseSotho eMabenyeng Eastern cape.  Sike saba nenhlanhla  yokuwina Inima Award nge CD yokuqala.  Akaze  ngaphelela lapho ngikhethe ukukhipha eyami iCD ngo-2023 ebizwa ngo ‘Motho oa Mabenyeng’.  I title tracker “Nna ke jeleng”.

 Isebenza kahle kakhulu seyiwine I-Award kumaqhawe nentaba music Award “Best New Comer Award” naku KZN Namuhla Award sabuya ne Certificate kubest new comer Award .Ndicela I support kumphakathi ngoba ndise nguma vukenceni. Ngithanda ukugquqquzelela intsha ukuthi njengoba  ngo Disemba ndenza imicimbi ukudibanisa ulutsha. Ndisebenzisa iHall yecommunity yasekhaya e Mangolong. Umculo uyatholakala ku- social Media: (Motho oa Mabenyeng)  Facebook: sputla whatsApp for Bookings:  072 948 9768.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *