Mbusi ‘Somgav ‘ Ndlela waseNtshanga uzibona enza amashows amaningi kulonyaka

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka ngizibona ngiba nama shows athanda ukuba maningana, izinhlelo  enginazo ezokuthi ngingene kuradio. Bengingafisa ukusebenza noCaiphus Semenya kanti  ngifunde ukuthi indima yomculo inokuguquguquka.

Okunye ngiyafisa futhi ngisezinhlelweni zokukhipha ama-Albums amabili nama feature. Izingoma zami ziyatholakala zikhona ngaphansi kwa Mbusi Ndlela kulawa abaliwe kwi platform yeBand Camp, kune album ka Somgav eqanjwe ngokuthi ‘ Emhlangeni’ naku YouTube . Somgav (Solo Act), MPND abafana bempande(Concept Duo) no Ntombyelanga Nabalimi (Concert band).

Ezinkundleni zokuxhumana ngikhona whatsApp and Calls: 078 276 3559, YouTube: @mbusindlela4882, Facebook:  Somgav, Instagram: Somgav9, emhlangeni.music@gmail.com

and ezikoevents11@gmail.com

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *