Iqembu leMetjodi ea Mabenyeng bafisa kuphele lonyaka sebekhiphe iCD yesithathu

SHEILA MHLONGO

 Isifiso sethu Nkadi Mokhutsoane and Makgere KG Hlabedi njengabantu abadala eqenjini ukuthi uma kuphela lonyaka sibe sesikhiphe i-CD yesithathu ea Mabenyeng phansi kwa Baba uTeboho Sputla Pitiri.  okunye ukuthi abantwana laba abancane esisebenzisana nabo sibabone bethuthuka beba nelabo iqembu kanye nokuzibona sithuthuka siyaphambili kugcine umculo wethu waziwa izwe lonke.

Ukusebenzisana neqembu lami ekutheni kube khona ezinye izingoma esizikhiphayo ezizojabulisa abalandeli.  Bekuyisifiso ukusebenzisana noBig Zulu Kanye noLwah Ndlunkulu.  Isifundo engisifundile kulonyaka ophelile ukuthi noma impilo inganzima kanjani, lokho akusho ukuphela kwempilo kodwa kubalulekile ukuziphusha ubekezele ezifisweni zakho zize zifezeke.

Abalandeli bangalindela iPerformance eyehlukile kanye namanye ama CD esizowakhipha ku-YouTube kanye no Apple Music. Abafisa ukuxhumana nathi WhatsApp:  079 135 7149, Email: Kg Metjodi @gmail.com naku Facebook search : Nkadi Mokhutsoane  and Makgere KG Hlabedi.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *