UKwanele ‘Kwaks RSA’ Chiliza ufisa ukukhula endimeni yobuciko nokuthola istudio

SHEILA MHLONGO

Engifisa ukukwenza kulonyaka ngifisa ukunaka umculo wami kanye nokuphumelela ebangeni engilenzayo esikoleni. Kulonyaka ngifuna ukubeka umculo wami ezingeni eliphezulu futhi ngicela ukulekelelwa emculweni ngokuthola i record label ezongisiza ukuthi ngikhiphe umculo osezingeni eliphezulu.Umculi engingathanda ukusebenzisa naye  kulo nyaka uMjolisi kanye no Producer uStallion weNkabi Nation.

Engikufundile kulonyaka ophelile ukuthi ungabukeli omunye umuntu phansi ngoba uzokumangaza ezintweni azenzayo. Okungalindelwa abalandeli bami kulonyaka ingoma ye-Afro house ezophuma kulonyaka ezotholakala kuma Platforms amaningi. Abalandeli bami bangathola umsebenzi ku Audiomark kanye no You Tube: Kwaks RSA, Call/ WhatsApp : 073 321 6426,  Facebook:  Future Kwaks.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *