UZwangabantu Hadele  ufisa ukuba umculi kaMaskandi oseqophelweni eliphezulu

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka ngifisa ukuyeka ukuvilapha ngikhuthalele umsebenzi wami wobuciko ngiphinde ngikhipha i-single track ngoba izingoma meseziningi aziphusheki. Kulonyaka bengingafisa ukusebenza no Baba uThwalofu khoza phansi Obuka olumehlo mancane eMpangeni  ebese estudio kube uNkunzebomvu.

Engikufunde nyakenye ukuthi kuphumelela labo abaphokophelayo ezifisweni zabo. Engingakuthembisa abalandeli bami kulonyaka ukubakhiphela ulozolo lwe Single track nakuba nginawo umsebenzi okhona kuma online stores kodwa awukapheleli futhi le single track engikhuluma ngayo sengiyi recordile kodwa ayikaphumi.

Ofisa ukuxhumana nami nofisa ukusebenzisana sikhule kulendima yobuciko  engangithola: 072 515 1447/060 134 3118  KuWhatsApp: 072 515 1447 Facebook stage name: Zwangabantu Hadebe ngiyathokoza kakhulu.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *