SHEILA MHLONGO
Ijongo elisha likhiphe umsebenzi walo omusha mhlaka 1 march osihloko sithi :I’m the clairvoyant manje ngisezinhlelweni zokushutha umusic video engizowuthumela ezinhlelweni zikamabonakude ngengo ugubhulwami nezinye. kulonyaka ngihlele ukuthi ngizofaka umsebenzi estudio mese kuyophela unyaka ngiyobe sengiwudedela ngephasika ku-2026.
Ngizimisele ukubuyela emncintiswaneni ekhokhelayo ngoba ngagcina ngo- 2021 kuya 2022 ngenkathi ngiwina kuma nomination award abasafufusa okwenza ukuthi ngingayithol’imali. Baningi kakhulu abaculi engifisa ukusebenza nabo ikakhulukazi uMroza Alex Fakude okuwuyena engibukela kuye okuningi ngifisa nokuthola icompany ezongiphatha ingingqongqozele nasemicimbini yoMaskandi emikhulu.
engikufundile ukuthi abalaleli bomculo bayakholelwa kakhulu kumina emvakokukhipha I-Ep ebisihloko sithi: ngisebenzelumama ngibone izibalo ezingimangazile kwamina kuma online stores ngaphinde ngafunda ukuthi thina baculi abasebancane sibukeleka phansi kakhulu esikhundleni sokuthi siqashwe sithole imali kusuka oMc besibize emidlalweni yama promotion bethi asijoyine ngemali okuyinto embikakhulu nesibuyisela emumva.
Ngifisa abathandi bomculo besalindile bebe bedlala umculo wami ezindaweni ezifanele bengasendelani kowhatsapp njengabaculi nathi ilapho sikwazi ukuthola khona okuncane kokuthi sibeke isinkwa etafuleni izingane zilale zidlile.
Ungangithola kuwhatsapp and calls: 079 343 7974, tiktok: ijongo elisha sa, instagram: ijongo elisha sa, facebook: thembinkosi xulu, facebook page: ijongo elisha sa naku imail: thembinkosixulu00@gmail.com.

