ULindelani ‘Linda Da Poet’ Buthelezi ufisa ukusebenza noKwazi Nsele eMahlath’amnyama

SHEILA MHLONGO

Ngifisa ukuthi ikhono lami likhule ngize ngivele kumabonakude ngino Kwazi Nsele ngiphinde ngizwakale emsakazweni ohlelweni engosini yethu nobhuti uSiyabonga Mpungose.

Ngizokhipha 2 music videos and 1 Album , ngizothanda ukusebenza no Kwazi Nsele kanye no Lunacy Tee kule -Album.

 Ngifunde ukuthi uma uyiciko akumele uziphakamise ngoba laba bantu obaphakamelayo uzobadinga futhi bafana nabelungu bakho. Abalandeli bami kumele belindele iMusic videos emibili ka Nobuhle p1 & 2 ebese kuba i-Album umsebenzi wami usatholakala kakhulu ku:YouTube kuphela kodwa ngo-Ephreli ngiyathembisa uzobe usutholakala kuma-digital platforms.  Ngiyatholakala kuWhatsApp/Calls : 076 211 6508  ku Facebook page : Linda Da Poet.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *